Jump to Content

Yenza imephu yakho iphile, umfanekiso owodwa ngesikhathi

I-Street View ihlanganisa amabhiliyoni emifanekiso ye-panorama ukunikeza ukumelwa okubonakalayo kwendawo esizungezile ku-Google Maps. Okuqukethwe kwe-Street View kuvela emithonjeni emibili - i-Google nabanikeli. Ngemizamo yethu ehlanganyele, sinika abantu amandla yonke indawo ukuthi bahlole ngokubuka umhlaba.

home-hero-line-image
Bringing your map to life

Watch the film

Link to Youtube Video (visible only when JS is disabled)

Indlela ebonakalayo yokuhamba

Imifanekiso ye-360 ikusiza wazi ukuthi uye kuphi nokuthi yini ongayilindela uma uhamba. Hlola izimpawu zendawo ezidume umhlaba wonke, amagalari, namamnyuziyamu khona kanye kudivayisi yakho, noma buyisela iwashi ngomfanekiso ongokomlando we-Street View ukuze ubone ukuthi indawo ishintshe kanjani ngokuhamba kwesikhathi.
Imoto ye-Google Street View

Lapho i-Google iqoqa khona i-Street View ngokulandelayo

Thola ukuthi siyaphi ngokulandelayo ngemoto ye-Street View noma nge-Street View Trekker.

Buka izifunda

Hlola izindawo ezibukekayo ze-Street View

Hlola umhlaba wakho noma sungula umfanekiso wakho